Friday, May 1, 2015

Izindlela Iziyishumi Nanhlanu(15) Ongazelapha Ngayo Ingculaza Ngaphandle Kokusebenzisa Imishanguzo(ARVs)


Ingculaza isabulala izigidi zabantu, namanje basafa abantu.  Kunobufakazi obuningi bokuthi lesi sifo sakhandwa ngabantu ngenhloso yokunciphisa isibalo sabantu emhlabeni. Ukuthi yiqiniso lelo  noma cha umbuzo uwukuthi uzokwenzenjani uma usuhaqekile noma kuhaqeke othandiweyo wakho. Yize kunjalo ziningi izindlela ongazelapha ngayo lesi sifo ukuve ungabi yisisulu sama-Satanists.

Friday, December 26, 2014

Impi yomhlaba yesithathu (WW3) Isisemome

Masilungiseni Ukuma Kwethu noNkulunkulu ngoba siyamdinga.


Kungakhathaliseki ukuthi yini oyikholelwayo kodwa uyabona ukuthi siphila esikhathini esimbi.  Isimo senhlalo siyawohloka, umnotho uyafadalala; ubugebengu buyanyuka; imisebenzi iyanyamalala.

Konke lokhu akuzenzakaleli nje kodwa kubangelwa inhlangano yenkolo okuthiwa yiIlluminati(inkolo yobuSathane).  Nempi yomhlaba ezayo ngeke ifike ngephutha kodwa ilethwa ngamabomu.

Sithi yimpi yomhlaba yesithathu nje ingoba izimpi ezimbili sezidlulile futhi nazo zahlelwa kusengaphambili yiyo belu i-Illuminathi.  Lokhu bakwenza ngenhloso yokumisa uhulumeni womhlaba wonke(World Government).  Lokhu kubizwa ngokuthi Ukuhleleka Okusha Komhlaba(New World Order).


Lezizinhlelo zalezi zimpi zatholakala ngencwadi eyayibhalwe ngu-Albert Pike esinye sezikhulu ze-illuminati siyibhalela uGuiseppe Mazzini naye belu oyisikhulu se-Illuminati.  Amaphuzu amqoka alencwadi ahamba kanje.
  • "The First World War must be brought about in order to permit the Illuminati to overthrow the power of the Czars in Russia and of making that country a fortress of atheistic Communism. The divergences caused by the "agentur" (agents) of the Illuminati between the British and Germanic Empires will be used to foment this war. At the end of the war, Communism will be built and used in order to destroy the other governments and in order to weaken the religions.                                                                                                                                                Impi yomhlaba yokuqala WW1  kumelwe ilethwe ngenhloso yokuvumela iIlluminathi ukuthi ichithe amandla amakhosi aseRassia bese uphendula lelozwe udedangendlale wobuKhomanisi(Communism).  Ukuhlukana kwemibono okubangelwa amaAgenti eIlluminati phakathi kweBrithani neJalimane kuyosetshenziswa ukususa lempi.  Ekupheleni kwempi, ubuKhomanisi buyokwakhiwa bese busetshenziswa ngehloso yokubhidliza ohulumeni futhi senze inkolo ibe buthaka(Atheism)

  • The Second World War must be fomented by taking advantage of the differences between the Fascists and the political Zionists. This war must be brought about so that Nazism is destroyed and that the political Zionism be strong enough to institute a sovereign state of Israel in Palestine. During the Second World War, International Communism must become strong enough in order to balance Christendom, which would be then restrained and held in check until the time when we would need it for the final social cataclysm.    
                                            Impi Yomhlaba Yesibili WW2 kumelwe isuswe ngokusizakala ngokwehlukana okukhona phakathi kobuFascists kanye nobuZionists bezombusazwe.  Lempi kumelwe ilethwe ngendlela yokuthi ubuNAZI bubhujiswe bese ubuZionist bezepolotiki bube namandla anele ukuthi bungamisa isizwe sakwaIsrael ePalestina.  Ngempi yesibili (WW2) ubuKhomanisi bamazwe ngamazwe kumelwe  buqine ngokwanele ngenhloso yokilinganisa no ukuphikisa umbuso wobuKhrestu, ngaleyondlela(ubuKhrestu) buyogcinwa bucindezelwe futhi bugadiwe kuze kuba siyabudinga ukuze sibusebenzisele imbhubhiso/isibhicongo sokugcina.

  • The Third World War must be fomented by taking advantage of the differences caused by the "agentur" of the "Illuminati" between the political Zionists and the leaders of Islamic World. The war must be conducted in such a way that Islam (the Moslem Arabic World) and political Zionism (the State of Israel) mutually destroy each other. Meanwhile the other nations, once more divided on this issue will be constrained to fight to the point of complete physical, moral, spiritual and economical exhaustion…We shall unleash the Nihilists and the atheists, and we shall provoke a formidable social cataclysm which in all its horror will show clearly to the nations the effect of absolute atheism, origin of savagery and of the most bloody turmoil. Then everywhere, the citizens, obliged to defend themselves against the world minority of revolutionaries, will exterminate those destroyers of civilization, and the multitude, disillusioned with Christianity, whose deistic spirits will from that moment be without compass or direction, anxious for an ideal, but without knowing where to render its adoration, will receive the true light through the universal manifestation of the pure doctrine of Lucifer, brought finally out in the public view. This manifestation will result from the general reactionary movement which will follow the destruction of Christianity and atheism, both conquered and exterminated at the same time.                                                                                      IWW3 kumelwe isuswe ngokusizakala ngokungqubuzana okukhona okubangelwa amaAgenti eIlluminati phakathi kobuZionists bezombusazwe kanye nabaholi bomhlaba wamaSulumane(Islamic World).  Impi kumelwe iqondiswe ngendlela yokuthi amaIslam namaZionists ayabhubhisana ngokuphelele.  Ngakolunye uhlangothi ezinye izizwe futhi ziyobe zihlukene ngemibono kulendaba, ziyocindezeleka ukuthi zilwe zize zikhathale ngamadla; ngenyama; ngomnotho; ngokomoya; nangezimiso ngokuphelele.  Siyodedela amaNihilist(abangakholelwa esimisweni noma siphi; abacekela phansi yonke into) namaAtheists(abakholelwa ukuthi akekho uNkulunkulu); siyobangela ukubhidlika komphakathi okumangalisayo, nazo zonke izinto zawo ezisabisayo okuyokhombisa izizwe umphumela omubi wokungakholelwa ngokuphelele kuNkulunkulu, umsuka wobulwane kanye nokuchithwa kwegazi okukhulu.  Bese yonke indawo izakhamuzi, ziphoqekile ukuthi zizivikele kumaqembu ezinguquko, ziyobhubhisa labo babhidlizi bempucuko, izinkumbi sezididekile ubuKhristu; umoya wazo kusuka ngaleso sikhathi ziyobe zingasenayo inkombandlela; nesiqondiso; zilangazelela umbono; kodwa zingazi ukuthi zingalandela bani, ziyokwamukela ukukhanya kweqiniso ngokwambulwa obala endaweni yonke kwemfundiso emsulwa kaLucifer(Sathane) ekugcineni isivezwe obala emphakathini.  Lokhu kwambulwa kuyovela ekusabeleni okujwayelekile okuyolandela ukubhujiswa kobuKhristu kanye nokungakholelwa kuNkulunkulu(Atheism), kokubili(atheism-ubukhrestu) kunqotshwe futhi kwashatshalaliswa ngesikhathi esisodwa.
Ngithemba ukuthi uyabona ukuthi lonke loluhlelo lweIlluminti lwenzelwe ukuthi kumiswe umbuso kaSathane lapha emhlabeni.  ULucifer kuseyigama likaSathane.
Nalu uhlelo lukaSathane ngokulandelana kwalo.
  1. USathane usebenzisa izinceku zakhe ukudala uzinkinga emhlabeni.
  2. Ubheka indlela abantu abasabela ngayo kuleyo nkinga
  3. Aveze isixazululo 

Nguye uSathane odala lezizinkinga futhi nguye ozobe eveza izixazululo kuhlangase nomphikiKhristu okunguyena oyoqeda impi yomhlaba.  Ngaleyondlela axazulule izinkinga ezibangelwe nguyena.


Ungasinda kanjani.  Vakashela lengosi uzothola sinda
  
                                                            

Wednesday, December 24, 2014

Isifo Se-Ebola Sidla Lubi E-West Africa

Yize lesi sifo sidlondlobala okwamalangabi omlilo abezindaba sebemane bawuhlaba inhlali.
19,340 case Abathelelekile
7,518 deaths Abashonile

Wednesday, December 17, 2014