Friday, May 1, 2015
Izindlela Iziyishumi Nanhlanu(15) Ongazelapha Ngayo Ingculaza Ngaphandle Kokusebenzisa Imishanguzo(ARVs)
Ingculaza isabulala izigidi zabantu, namanje basafa abantu. Kunobufakazi obuningi bokuthi lesi sifo sakhandwa ngabantu ngenhloso yokunciphisa isibalo sabantu emhlabeni. Ukuthi yiqiniso lelo noma cha umbuzo uwukuthi uzokwenzenjani uma usuhaqekile noma kuhaqeke othandiweyo wakho. Yize kunjalo ziningi izindlela ongazelapha ngayo lesi sifo ukuve ungabi yisisulu sama-Satanists.
1. Collodial Silver – Lena ngingathi yindlela ezedlula zonke izindlela zokwelapha ezikhona emhlabeni. Njengoba negama lisho lomuthi wenziwa ngesiliva uqobo lwaso kodwa sona sisuke segayiwe saba zingcucu ezincane kakhulu ezintanta emanzini. Abantu bakuqala abacebile babengaguli njalo ngenxa yokuthi babesebenzisa izitsha zesiliva nezegolide. Uma bezisebenzisa izinhlayiya ezincane zazixebuka esitsheni zingene ekudleni ngaleyo ndlela bese bezuza njalo.
Kunezindawo eziningi ezidayisa iCollodial silver ngisho ezitolo, emakhemesi, nakwi-Internet. Inkinga nje abantu bayafihlelwa ulwazi oluwusizo, khona bezobhuqwabhuqwa yizifo. Kodwa akugcini ngeSilver kuphela nezinye izinsimbi nazo zisebenza ngendlela efanayo, esingabala kuzo (gold, platinum, selenium, copper, zinc). Kodwa kumele uqikelele ukuthi uzisebenzisa ngendlela
efanele ukuze ungalimali.
2. Vitamins-Amavitamins kuyaziwa nanoma ngubani ukuthi ayasiza kodwa engifuna ukugxila kuwona, uVitamin c, d, k. U-C utholakala ezitshalweni eziningi kodwa utholakala ngobuningi esithelweni esibizwa ngokuthi yiCum Cum. Bese kuthi uD utholakale ngobuningi emakhoweni(Mushrooms) abizwa ngikuthi ama-cordy cerps. Okokugcina u-K wona odume nangokulapha isifo somdlavuza(cancer). Wana-ke utholakala embumbulweni ye apricot. Okuhle ngalavitamins ukuthi uyakwazi ukuwathenga ngawodwa engamaphilisi, engumuthi, powder noma eyi-gel. Kodwa qaphela ukuthi uthenga okuyi-quality futhi ukusebenzise ngendlela efanele ukuze ungalimali.
3. Minerals-Imizimba yethu idinga ama-Minerals amaningi ukuze isebenze kahle kodwa ngaphezu kwalawa esesiwabale kuNumber one nanka amanye. Selenium, magnesium,sodium,potassium. Uma umzimba wakho ushodelwa enye yalezi zakha mzimba, nakanjani kukhona ukuyosho ukuthi kukhona lakushoda khona.
4. Barley/Wheat Grasses-Lobu ubutshani obutshala bese uvuna emva kwamasonto ambalwa kusanda kumila bese uyakuvuna engakaveli amalunga, emva kwalokho bese uyajusa uphuze ave kunempilo. Kodwa ichallenge ukuthola imbewu.
5. Blood Electrification-Lomshini uwuthenga noma kuphi futhi ungawuthola kuyi-Internet. Usebenza ngokushokha igazi lakho ngogesi omncane ukuba ungakubulala, kodwa omkhulu ukuba ungabulala amagciwane. Lendlela uwashoka iwabulale ngokuphele amagciwane bese kudingeka ukuba u-detoxe, khona uzokhipha udoti emzimbeni wakho. Kufana nokufutha indlu yakho enamaphela bese uyawashanela uwakhiphe endlini yakho uma esefile. Kodwa qaphela ukuthi ungazami ukuzishoka ngogesi wasendlini ngoba kuzoculwa amagugu.
6. Leaves-Izihlahla eziningi zinamahlamvu amaningi anezakhamzimba ezibulala amagciwane. Ngaphandle nje kokuthi zisikhiqivela i-Oxygen bese zimunca i-Carbon di-Oxide. Amahlamvu anechlorophyl enothe nge-oxygen yona engabhekani nhlobo namagciwane. Nanka amahlamvu angakusiza: olive leaf; dutch elm leaf; fig tree leaf.
7. Herbs-Nanka amaherbs angasisiza sizelaphe. Inhlaba(Aloe vera); canivora; Echinacea; etc.
8. Treated Water-amanzi ayinto eyisimangaliso ngempela, kodwa thina sivame ukuthi kulula njengamanzi. Lokhu kudalwa ukuthi amanzi siwathatha kancane. Mina ngikhetha ukuthi kumangalisa njengamanzi esikhundleni sokuthi kulula njengamanzi. Osolwazi nanamhlanje basafunda ngamanzi, ngoba abakawaqondi ngokugcwele. Nanka amanzi angakusiza ukuba uthuthukise impilo yakho: Grander energized water; light water; magnetized water; structured water, etc. Ngeke ngikwazi ukuchaza ngalezi ndlela zamanzi. Ngicela ukuthi nizicwaninge ku-internet.
9. Ormus-I-Ormes ilapho kuthathwa khona amaminerals avamile bese zifakwa ikhemikhali ethile ngaleyo ndlela bese uba kwesinye isimo; phecelezi transformation. Ungayithenga noma uzikhandele wena.
10. C60 Fullerene in Olive Oil-Lomkhiqizo umkhiqizo onamandla owenziwa ngamabhola e-Carbon afakwe kwi-olive oil bese eyabondwa isikhathi esingaba izinsuku ezithile. Lomuthi unezinzuzo eziningi ehlanganisa nokulula isikhathi sokuphila komuntu. Ungethande yini ukunezela iminyaka eyishumi ekuphileni kwakho.
11. Raw Food-IRaw food njengoba negama lizisho ukudla okuluhlaza. Uma upheka ukudla ucekela phansi umsoco ongaye ufinyelele ku-60%. Ama-vitamin nama-enzaymes amaningi awakwazi ukumelana nokushisa ukungaphezu kuka-37 degrees. Kungenzeka ukuthi ukudla esikudlayo kunamandla okubulala igciwane, kodwa thina sikubulala thina ngokukushisa. Lendaba ifana nokuthi uthenge ama-aphula amane bese amabili noma amathathu uyawashisa. Ungako-ke yazi ukuthi umsoco esiwulahlayo ngokupheka ukudla. Uma unqena ukupheka njengami nje; mane ukudle kuluhlaza ukudla kwakho uyazisiza. Usuke wazibona yini izithombe zabantu abalandela indlela yokudla ukudla okuluhlaza ukuthi banjani. Uthi umuntu eneminyaka engu-60 kodwa wena ucabange ukuthi uneminyaka engu-30. Yisikhumba sakho esiyokhuluma ukuthi wena usunika umzimba wakho ukudla okunomsoco esikhundleni sokuthi ukunike umlilo. Ngesingisi bathi yenza ukudla kwakho kube wumuthi; nomuthi wakho ube wukudla.
12. Hydrogen Peroxide-Lowo muthi owuthenga ekhemisi uyogeza ngawo izinwele uthi ubuwazi nje ukuthi ungasindisa impilo yakho. Ave ushibhile futhi ave kulula ukuwuthenga emakhemisi. Umane ucinsise amaconsi emanzini bese uyaphuza. Yize wona unganambitheki kahle, kodwa yini ebaluleke ukudlula ukuphila kwakho.
13. Ozone-I-Ozone nayo icishe isebenze njePeroxide umehluko nje ukuthiyona iwumoya(gas). Ungayixuba namanzi usebenzisa umshini wakhona, noma uyiphefumule/uyihogele. Kodwa sicela uthole okwengeziwe mayelana nalokhu.
14. Chlorine Dioxide-Nawo lomuthi uthi awufane neHydrogen Peroxide kodwa umehluko nje yichlorine ne-Hydrogen. Wona uma uwuphuza ukucinana kuphela ngaleso sikhathi. Kodwa wona uhambisana ngesisu. Ave unamandla ezifweni zizonke nje. Ngeke uzisole.
15. Algae-Lawa ngama-(one cell onganisms)-Ama-one cell organisms ama-organisms anengqamuzana elilodwa. Ahlukene kaningi kodwa into afana ngawo wonke amadla nobuhle bawo ekondleni umzimba nasekusizeni abantu Kanye nezilwane. Naka-ke awusizo.
· Marine Phytoplankton-Lena ngingathi yiyo enamandla ukuzedlula zonke ezaziwayo; kuthiwa yiyo ekhiqiza u-90 % wawo wonke umoya mpilo(oxygen) esiyiphefumulayo emhlabeni. Uzwa umehluko ngisho udle i-teaspoon elilodwa nje kuphela, futhi ukuqwasha kuphela nya uma udla iMP.
· Spirulina-Cishe lena yiyo edume ukuzedlula zonke emhlabeni, kodwa qaphela ungagijimi ukuyothenga amaphilisi. Amaphilisi ayabiza futhi awanele ukukunikeza umthamo odingekayo. Udinga okuningi kakhulu ukunalokhu amaphilisi akunika kona. Okungcono ukuthi uzitholele u-powder noma umane uzikhulisele wena.
· Chlorella-Yona icishe ifane ne-Spirulina kodwa umehluko ukuthi sona sinegobolondo eliqinile elingagayeki kalula esiswini. Ngaphambi kokuba sidayiswe izinkampani ziqala ngokusithambisa kuqala, bese ziyasipakisha-ke(packaging) silungele ukudayiswa.
· Eugleana-I-Eugleana yona isekilasini lezinto ezingaqondakali ukuthi yizilwane noma yizitshalo yini kodwa okwaziwayo ngayo ukuthi ave inamandla ngakezomsoco, nezakhamzimba. Ikwazi ukumunca i-CO2 okophindwe izikhathi ezingu 10 uma uqhathanisa nehlathi elilingana nendawo etshalwe kuyo.
Ngicela nizibhekele ulwazwi olwengeziwe kuyi-Internet mayelana nalezi zinto engizibale ngenhla. Olunye ulwazi sizolwenezela ngokuhamba kwesikhathi. Khumbula ukuthi ukuphila kwakho kubalulekile, kuyisipho esihle kunazo zonke esivela kuMdali uJehova; futhi ukuphela kwaso. USathane angajabula kakhulu uma singalahla ithemba ngokuphila ngoba vele inhloso yakhe ukuthi sife sonke emhlabeni.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
aiseesoft-blu-ray-player-crack
ReplyDeleteis a powerful media player for PC that supports all video formats without any codec and directly loads the disc. So, get here the simple playback option and need a click to take the screen snapshot.
freeprokeys
bitdefender-total-security-crack can be an expansion of this window operating-system security offer deal. This app includes system protection bundles, such as optimization. For example, instance,
ReplyDeletenew crack
4k video downloader crack
ReplyDeleteimazing crack
4k stogram crack
wbs schedule pro crack
auslogics boostspeed-crack
good work
ReplyDeletehttps://freecrackkey.com/lightworks-pro-crack-2021/
https://freecrackkey.com/microsoft-office-365-crack-with-product-key-lifetime-2021/
https://freecrackkey.com/microsoft-office-2016-crack-lifetime-license-key-free/
https://freecrackkey.com/poweriso-crack-2021/
https://freecrackkey.com/microsoft-office-2013-crack-free-productive-key/
This application is a strong IDE programming that gives you smart thoughts to build your foundation. So, this product upholds numerous dialects. What's more, its usefulness furnishes you with complete route documents. This program makes projects for you that utilization the most recent series CudaText 1.150.1.1 Crack
ReplyDelete
ReplyDeleteMovavi Video Editor Plus Crack
Hard Disk Sentinel Crack
4K Video Downloader Crack
IDM Crack
I guess I am the only one who comes here to share my very own experience guess what? I am using my laptop for almost the past 2 years.
ReplyDeleteadina-system crack
nch-photopad-image-editor Crack
zemax-opticstudio Crack
redcrab-calculator-plus Crack
wondershare-mobiletrans Crack