Abomtheto bathi uMeyiwa wabulawa ngomunye wabantu ababekhona endlini, hhayi ukuthi kwangena abaphangi abafuna amafoni.
Maningi amanga nezinsolo esezivelile mayelana nalolu daba.
Okushaqisa kakhulu ilokhu okoke kwavela phambilini ikuthi isoka likaZandi udadewabo kaKelly uLongwe Khumalo lalilwa noZandi, uthe uMeyiwa ethi uyalamula isoka lamane ladubula yena.
Hlola lesisithombe esilandelayo.
Noma ngabe yini iqiniso ukufa kwalomdlali weBafana Bafana kwashaqisa umhlaba wonkana. Isehlo esingafisi ukuphinde sisibone.
- Abanye bathi nguKelly owayegaqele amafa.
- Ngumandisa owayezama ukubulala uKelly kwaphambana izinkomishi.
- UKelly wayenza umnikelo kuSathane ukuze ezosimama kweomculo.
No comments:
Post a Comment